AyandaMsweli..Traffic Anchor Ukhozifm
4 years
Ngesikhathi ngisethula isiminyaminya kwi Gagasi Fm ,leliqhawe lalingiqeqesha ngaphambi kokungena emoyeni noma sengiqedile,lingichazela ukuthi sisebenze kanjani,lisho ukuthi yini eliyilindele kimi ngakusasa.Ngafunda lukhulu kuleNgwenya.Ngiyabonga Ngwenya